amalinks wokungena

Breaking News

Isiphumile iCabinet kaMnangagwa Njalo Igoqela Amabutho


UMongameli Emmerson Mnangagwa seyethule amagama abaphathintambo bakahulumende wakhe (Cabinet Ministers) abagoqela iziphathamandla zebutho, lona eligenqule uMnu Robert Mugabe embusweni kwangena yena uMnangagwa.

Isiphathamandla sebutho uMajor General Sibususo Moyo, onguye owamemezela ukuhluthunelwa kukaMugabe umbuso libutho uphiwe isikhundla sikamphathintambo obona ngobudlelwano beZimbabwe lamanye amazwe.

Umkhokheli wamabutho alwa esemoyeni uAir Marshal Perence Shiri ngumphathintambo obona ngezokulima lokuhlaliswa kuhle kwabantu emaphandleni.

Oxotshwe nguMugabe esanguMongameli esikhundleni sokuba ngumphathintambo wezemali uMnu Patrick Chinamasa ubiseliwe kulesi sikhundla.

UMnu Obert Mpofu obevele engumphathintambo obona ngendaba zasekhaya kuhulumende kaMugabe, laye ubiseliwe kulesisi khundla.

UMnu Simon Khaya Moyo sengumphathintambo obona ngezamandla kagetsi, iEnergy and Power Development.

Cabinet Members
Cabinet Members

Cabinet Members
Cabinet Members

Cabinet Members
Cabinet Members

Cabinet Members
Cabinet Members

Facebook Forum

XS
SM
MD
LG