amalinks wokungena

Breaking News

MDC Alliance: Siyagcizelela Ukuthi Yithi Esinqobileyo Kulolukhetho


Nelson Chamisa
Nelson Chamisa

UMnu. Sibanda uthi kusobala ukuthi iZEC ilayo impumela yokhetho lukamongameli kodwa ifuna ukuyiguqula ukwenzela ukuthi kuthiwe umongameli Emmerson Mnangagwa okhokhela ibandla leZANU PF nguye onqobileyo.

UMnu. Nkululeko Sibanda oyisikhulumeli somkhokheli womanyano weMDC Alliance njalo engumholi welinye lamacele eMDC-T, uMnu. Nelson Chamisa usegcizelele ukuthi abasekeli balumanyano abasoze bevume ukwethulelwa impumelo yokhetho lukamongameli engaqondanga ngoba kusobala ukuthi uMnu. Chamisa wanqoba kulolukhetho.

UMnu. Sibanda uthi ikhomishini ebona ngokuqhutshwa kokhetho eyeZEC isilayo impumela le kodwa kusobala ukuthi ifuna ukuyiguqula ukwenzela ukuthi kuthiwe umongameli Emmerson Mnangagwa okhokhela ibandla leZANU PF nguye onqobileyo.

I-ZEC iyakuphikisa lokhu isithi isahlolisisa ukhetho lolu ingakethuleli uzulu. Umthetho ukubeka sobala ukuthi iZEC kumele yethulele uzulu impumela yokhetho lolu phakathi kwensuku ezinhlanu.

please wait

No media source currently available

0:00 0:03:00 0:00

UMnu. Chamisa usole ibutho lesizwe ngokudubula libulale mahlayana abantu abakade betshengisela eHarare ngoLwesithathu besola indlela i-ZEC eyethula ngayo impumela yokhetho.

please wait
Embed

No media source currently available

0:00 0:01:54 0:00

Umongameli Mnangagwa usegcone umanyano we MDC Alliance ngaloludlakela.

please wait

No media source currently available

0:00 0:01:00 0:00

Ngakwelinye icele, ingcwethi ecubungula ezombusazwe uDr. Priscilla Ndlovu uthi kufanele abantu batshengisele ngokuthula.

please wait

No media source currently available

0:00 0:05:05 0:00

XS
SM
MD
LG