amalinks wokungena

Intathelizindaba Zizonde Zigane Unwabu Ngokwenziwa NguChris Mushowe

  • Mavis Gama

UMnu. Mike Bimha loMnu. Chris Mushowe (osesandleni sokunxele)

Abenhlanganiso ezisebenza zizimele kwezokwethulwa kwezindaba, bathukuthele ngokwala komphathintambo kahulumende obona ngomsebenzi lo, uMnu. Christopher Mushowe, ukuzaphendula imibuzo ngokunika icence (licence) lokusakaza inkampani yeKingstone esebenza ingaphansi kwe Zimpapers.

Umpathintambo wezokwethulwa kwemibiko ubekhangelelwe ukuphendula imibuzo ephathelane lokuguqulwa kwemithetho ephathelane lalu msebenzi phambi kwekhomithi ebona ngezokwethulwa kwemibiko edale lephalamende.

UNkosazana Kholiwe Nyoni wenhlanganiso yeMedia Institute of Southern Africa (MISA-Zimbabwe), uthe sebenanzelele ukuba amacence emisakazo anikezwa kukhangelwa ukuba beyamele kuluphi uhlangothi abaphiwayo.

Umqondisi we Zimbabwe Association of Community Radio Stations, uNkosikazi Vivian Marara, uthe ubekhangelele ukuba uzocacisa ngecence eyanikezwa inkampani yeKingstones, esisetshenziswa yiZimpapers.

Kade belindele njalo ukuba achasise ngesimo sokulungisisa imithetho elawula ezokuthapha indaba elizweni.

Lokhu sokungokwesibili engazivezi uMushowe phambi kwale khomithi njalo singekho isizatho asinikezayo sokwehluleka kwakhe ukuzaphendula imibuzo ephathelane lokunikezwa kwama cence okusakaza.

Abenhlanganiso ezimela abezindaba eZimbabwe sebecabanga ukuqoqa umhlangano wokucebisana ukuthi bathathe nyathelo bani anduba balobe incwadi yezikhalazo bekhuluma ngalizwi linye abazayethulela uMushowe.

Facebook Forum

XS
SM
MD
LG