amalinks wokungena

Breaking News

Woza Friday: Silomculi uNgalabe Steaks Igama Lokuzalwa KunguMxolisi Masina


Umculi we hip hop uNgalane Steaks.

Kuhlelo Woza Friday liviki sillomculi womdumo oweHip Hop uMxolisi Masina owazakala ngegama lokuthi Ngalabe Steaks.

Umculo we Hip Hop uthandwa ngabasakhulayo abanengi kulezinsiku, okwenza uNgalabe Steaks laye apheke owakhe. Kubakuhle ukuthi abantu bakwazi

"Igama lami lokuzalwa nguMxolisi Ntethelelo Masina. Ngazalelwa endaweni yase Dimbamiwa eNkayi la engifunde khona futhi, eDimbamiwa Primary school. Ngabuye ngafunda futhi emazingeni angaphezulu ngafunda e Nkayi High Secondary school."

Waze wanikezwa legama lokuthi Ngalabe Steaks ngezenzo zakhe zokuthanda ukucula

"Ngaliphiwa ngozakwethu ebengisebenza nabo ngabo 2007-2008, ngalesikhathi kungena ialbum ka Mandoza uNgalebisi. Lapho engathola khona ithuba lokuthi before iye emarket uMandoza wayephefomela ikhampani yethu ebengiyisebenzela ngaleso skhathi. Wakwazi ukudonsa abanye ukuthi abeze ukuzomncedisa ukucula estejini, ubekahamba losisi u Thembi Siete. Ekuculeni kwami kutshukuthi nje ngajabulisa nozakwethu bagcina benginikeza lelogama ngaleyondlela ngisestejini."

Abaculi abanengi abasacathulayo banikezwa umdlandla wokucula ngabanye abaculi abadumileyo, laye ke uNgalabe Steaks kukhona ayebathanda.

"Ngikhule ngilandela kakhulu umculo we Kwaito ne hiphop ye yiwo umculo nje kakhulu obungi hlaba kakhulu umxhwele. Njalo ngikhule ngilandela kakhulu I hlabane ubhudi uMduduzi Shabalala obedume kakhulu ngelikaMandoda nabobonke nje abaculi abakhona beKwaito ababaliselwa oZola ,oMdu nabanye o Authur nabobhudi uOscar nje uOskido."

Ngalabe Steaks uledlalade lakhe elitshisayo alithe igama lokuthi ‘King Steaks’ elilengoma ezifana loMkhaba weMali, Lababantu, uMama lezinye ezinengi njalo lingaxhumana laye enkundleni zokulizibazisa lokuxhumana ezebulenjini ezinjengabo Facebook

"Ngitholakala as uNgalabe Steaks, Kanti ngiyatholakala futhi ku instagram kutwitter my Twitter handle @Ngalabes_steks, Izingoma zethu, ingoma zami ziyatholakala kuma itunes, ama videos you can go to YouTube download search Ngalabe Steaks ngiyabonga kakhulu."

Umdumo we Hip Hop uthakazelelwa ngabasakhulayo abanengi, uNgalabe Steaks uthi ngeke awehle lumculo wakhe we African Hip Hop njalo uzaqhubekela phambili eculela uzulu ingoma ezilohlonzi.

please wait

No media source currently available

0:00 0:07:44 0:00

Facebook Forum

XS
SM
MD
LG