amalinks wokungena

Breaking News

Sokwenzakele! UMnu. Joe Biden Usenqobile Kukhetho LweMelika


Abalandeli bakaMnu. Joe Biden bethakazelela ukunqoba kwakhe kukhetho.
Abalandeli bakaMnu. Joe Biden bethakazelela ukunqoba kwakhe kukhetho.

UMnu. Joe Biden usekhethwe ukuba nguMognameli weleMelika kulandela ukuphutsha kokubalwa kwamavoti awezigaba ebesezisele ezibalisa ese Pennsylvania.

UBiden uhle wathola amavoti athiwa ngama electoral college vote angamakhulu amabili lasikhombisa, 273 uMongameli Trump yena wasala elokhu elamavoti angamakhulu amabili letshumi, 214.

Lanxa uBiden esezakuba nguMongameli ngenyanga ka Zibandlela ukubalwa kwamavoti lokhu kuqhubekela phambili. Inkulungwane zabantu zingene ezitaladeni zihalalela ukukhethwa kukaBiden lomsekeli wakhe uNkosikazi Kamala Harris.

Kodwa uMonameli Trump yena wethule umbiko esithi kasoze avume impumela yalolukhetho.

Useye emthethwandaba lapho afuna ukuthi unqume ukuba kubalwe amavoti kakutsha.

Ukuhlaziya loludaba sixoxe lengcwethi ecubungula ezombusazwe, uMnu. Ambrose Sibindi.

please wait

No media source currently available

0:00 0:02:17 0:00


Siphinde saxoxa lesizalwane seZimbabwe esihlala ngapha kweleMelika, uMnu. Raphael Mthombeni othi uMongameli Trump wazokhela umlilo emehlweni ngokukhuthaza abalandeli bakhe ukuthi bengavoti ngeposo.

please wait

No media source currently available

0:00 0:03:08 0:00


XS
SM
MD
LG