amalinks wokungena

Breaking News

Woza Friday: Silomculi uJunior Owaziwa Ngegama Lokucula Elithi Juice Majusana


Musician Junior Ndlovu

Kuhlelo Woza Friday kuliviki sile ntombazana yakoBulawayo uJunior Ndlovu owazakala ngegama lakhe lezomculo elithi Juice Majusana. Ucula umdumo weDisco.

UJunior ukhule ethanda ezomculo njalo waye cula kakhulu kuChoir esesikolo.

"Mina ngikhulele eLobhengula, eNew Lobhengula. Thina emulini yethu sibathathu. Yimi owokuqala, amankazana sibabili umfana oyi one. I-Primary education yami ngiyenzele eMtshede Primary School and iSecondary ngafunda eNjube High School. Mina ngisebenza loAlex Mhlanga abambiza bethi nguMabhanzi. Ngiphinde ngisebenze loJohanis Ndlovu abambiza bethi nguBabe."

Junior Ndlovu
Junior Ndlovu

UJunior uthe esekhulile sefuna ukucindezela umculo wakhe wazitshintsha igama wazipha asebenza ngalo kwezomculo.

"Igama lami lokucula ngingu Juice uMajusana istage name yami. Mina angizibizanga wonke amabizo lawa, ngiphiwe, infact, uJuice ngamphiwa eGoli kulokunye nje okwakwenzakala nje kuyiphathi nje abantu baphonguthi Juicy Juicy because nganginatha ijuice but kwahambelana lebizo lami njoba nje liqalisa ngoJu Ju. UMajusana libizo engaliphiwa nguMadlela angazi wangipha kanjani."

Zimbabwean artiste Junior Ndlovu
Zimbabwean artiste Junior Ndlovu

UMajusana uthi wangena kulumculo weDisco ngoba equnjaqunjiwe ngabanye.

"Abantu enganathandayo kakhulu ngikhula, nguDan Tshanda Dalom Kids le Patricia Majalisa yibo abantu abangi inspire kakhulu kakhulu kumusic. Manje vele yikho ngiyithanda kakhulu iSplash, lami ngathi ngcono ngohlabele lami into enginjani engiyithandayo engiyi understandayo. Yikho namhlanje ngihlabela iDisco splash."

Umculo kaJuice uyatholakala njalo selemadlale awacindezelayo.

"Mina ngilama album amabili. Elokuqala yi-album ethi Bayakhuluma, elesibili Sijayivisa Abantu. Umculo wami utholakala kuInstagram, kuFacebook, lakuYoutube ngebizo elithi Juice Majusana music laku phone yami u717546915."

UJunior uyakhula kwezomculp njalo uyaphambili esinika umculo ohlakazayo wedisco.

Facebook Forum

XS
SM
MD
LG