amalinks wokungena

Breaking News

UMnangagwa Ogcoba Induna uMaduna Uthi Ukhokhowakhe Wayehlala KoGodlwayo


UMnangagwa ugcoba induna uMaduna
UMnangagwa ugcoba induna uMaduna

FILABUSI - UMongameli Emmerson Mnangagwa izolo ugcobe okusemthethweni induna uDambisamahubo Mafu komahlabayithwale koGodlwayo eFilabusi, eMatabeleland South.

UMafa, osesaziwa ngegama elithi Maduna, unikwe imali lezinye izipho ngabaphathintambo bakahulumende, abagoqela uMnangagwa, umsekeli wakhe, uMnu. Constantino Chiwenga lomkahe, labanye.

Induna uFortune Charumbira lenduna uMaduna
Induna uFortune Charumbira lenduna uMaduna

UMafu uthatha isikhundla sikayise uVezi Maduna, owabhubha ngomnyaka ka2021 njalo ngokwakuqala kumbali yeZimbabwe ukuthi umongameli welizwe agcobe induna. UMnangagwa uthi lokhu kwenziwe yikuthi yena lomuyi uVezi Maduna babengabangane. Abantu abedlula inkulungwane ezintathu bebethe gwaqa eDekezi High School bezobona induna yabo igcotshwa nguMnangagwa.

"On behalf of the people and Government of Zimbabwe, and indeed on my own behalf and family, l want to congratulate the Maduna clan on the installation of Mr Dambisamahubo Mafu as the substantive Chief Maduna, amhlophe."

UMongameli Emmerson Mnangagwa
UMongameli Emmerson Mnangagwa

Mnangagwa utshele umbuthano lo ukuthi ngaphandle kokuba ngumngane kaChief Maduna, loba umuyi wayesaziwa ngokusola umbuso wakhe, uthe ukhokho wakhe wayehlala koGodlwayo.

"The late Chief Maduna was a personal friend of mine, his father, ubaba uVezi Maduna ubengumngane wami, my grandfather stayed in this area, but he wasn't called Mnangagwa, he was called Mubengo, ukhokho wami ubengabizwa Mnangagwa but bebembiza ukuthi Mubengo."

Induna uDambisamahubo Mafu, ujabule kakhulu ukubona inkokheli zikahulumende labantu abanengi kangaka emkhosini wakhe.

Induna uMaduna lomkakhe ngesikhathi egcotshwa ngoMongameli Emmerson Mnangagwa, Mabasa 15, 2023. (Umfanekiso: Ezra Tshisa Sibanda)
Induna uMaduna lomkakhe ngesikhathi egcotshwa ngoMongameli Emmerson Mnangagwa, Mabasa 15, 2023. (Umfanekiso: Ezra Tshisa Sibanda)

"Ngiyabonga kakhulu ngalelilanga, ngalolusuku lapho okubuthene khona uGodlwayo wonke jikelele. Ubuqhawe bako Godlwayo abumanga ndawonye buyakhula buyamemetheka sikhangela ukuthi yena uGodlwayo ngokwakhe wabunjwa ngamaqhawe ngamanye amagama uGodlwayo angeke simqede angeke umgqibele uGodlwayo ngefotsholo."

Induna uFortune Charumbira, okhokhela izinduna edale lephalamende, uhalalisela uMafu.

"Amhlophe. Congratulations, makorokoto to our collegue. Silapha ukuthi sizothi amhlophe, makorokoto komunye wethu uDambisa Mafu Mahubo."
Induna yesiqintini seMatobo, uNyangazonke, uthi uMafu ugcotshwe kungelakulwisana emulini yakhe.

Induna uMaduna lomkakhe ngesikhathi egcotshwa eFilabusi
Induna uMaduna lomkakhe ngesikhathi egcotshwa eFilabusi

"Sibongela khonokhu ukuthi akuzange kube lombango but into esiyilandelayo ngama cultural values ethu ukuthi singobani ama culture ethu athini. Imbangwa siyayibona singathi siqhelile but bekungekho emuva but esikucelayo yikuthi abantu abagxile emasikweni abo ngoba thina singabantu abaphethe ezani, ezamasiko."

Induna uMbiko Masuku, oweGwanda, uthi abantu bako Godlwayo abasebenze kuhle lenduna yabo uMafu.

UMongameli Emmerson Mnangagwa lomsekeli wakhe, uMnu. Constantino Chiwenga
UMongameli Emmerson Mnangagwa lomsekeli wakhe, uMnu. Constantino Chiwenga

"Kuqakathekile kakhulu ukuthi induna zigcotshwe. Engingakucela kuGodlwayo omuhle yikuthi bamxhase kulowumsebenzi, akusiwo msebenzi olula ngumsebenzi onzima odinga abantu abasebenza ndawonye abazwananayo ababambisanayo."

Intombazana esakhulayo eyinzalo yako Godlwayo ebekulo umcimbi, uSphathisiwe Khumalo, ujabule okwamagama.

"Sizojabula sizothaba sizobona umkhulu welizwe sizogcoba inkosi yethu kusinika intokozo kakhulu ngoba officially he is the chief sokumphile amandla okubana asibuse lathi we feel honoured, we feel glad we are happy we are honoured we are happy about this event."

UChief Dambisamahubo unikezwe izipho ezinengi ngabantu ezihlanganisela isikhumba sesilwane lezengwe ezimbili nguMnangagwa, uChiwenga umnike inkulungwane ezilitshumi zamadola eMelika - $10,000, owayengumsekeli kamongameli uMnu. Kembo Mohadi laye uthe uzamnika imali efanayo lenkomo ezinhlanu.

UMnu. Obert Mpofu umnike inkomo ezinhlanu njalo lenkokheli yomdabu labantu emkhosini lo bamnike izipho ezitshiyeneyo.

‚Äč
XS
SM
MD
LG