amalinks wokungena

Breaking News

Woza Friday: Silomculi uWelcome Bhila Mpofu Lengoma Zakhe Ezihlakazayo


Musician -Patrick Joel Welcome Manyabi Mpofu
Musician -Patrick Joel Welcome Manyabi Mpofu

BULAWAYO-Kuliviki kuhlelo Woza Friday silomculi wengoma ze Afro Pop uPatrick Joel Welcome Manyabi Mpofu, yena ke usebenzela ekoBulawayo.

Ungena enkundleni kaStudio 7, okaMpofu, kuhlelo lwethu lwamaviki wonke esipha imbali yakhe ngamafitshane.

"UBhila uzalelwe eGwanda eSiJawundeni, kuthi ngokudabuka ngidabuka le emaguswini amnyama eNkayi eZinyangeni ngaphansi kuka Nduna uNkalakatha. UBhila ucula engumculi okhonalapha koBulawayo eKhalanyoni eCowdraypark, ecula umculo obizwa ngokuthi yi Afro Pop."

Musician -Patrick Joel Welcome Manyabi Mpofu
Musician -Patrick Joel Welcome Manyabi Mpofu

Ezokucula waziqala esemncane uBhila ulokhu ebambele kuwo umculo.

"Age of 9 bengitshaya kakhulu ama solo perfomances ebathroom endlini bebekwazi ukuthi u Bhila anangena ebathroom kaphumi ngoba uyatshaya 1hr 4mins or 2hrs 4mins. Kutshukuthi umculo wami ngasengiwususa ke lapha ngawuthatha ngahamba lawo enkonzweni. Enkonzweni kulapha ke umculo wami owafika wakhula wabamkhulu okunye okumangalisayo ngoba ngaphiwa ithuba lokubana lami ngibhale izingoma ngaba yingxenye yeqembu okuthwa yiMaculo enjabulo laba abazabe bencindezela ialbum labo kungekudala."

Musician -Patrick Joel Welcome Manyabi Mpofu
Musician -Patrick Joel Welcome Manyabi Mpofu

Njengomuntu owacula kakhulu ingoma zokholo wakubona kufanele ukuthi ake azame umdumo owe Afro Pop, wothi sizwe ukuthi pho wasebenza lobani uBhila.

"Ngahlangana lomfowethu uMethembe Sibanda uVodloza u16 he is also a musuc producer and an artist wathi sitshengise ukubana ungabe ulani senze i beat and we did song called Ma ulala then we did uLala ngoxolo lo Lindela eyakho imphumelwlo. Sayenza iEP that had 3 songs, so ngingathi nje ngamafitshane thats how l started music professionally. Namhlanje ngiya announcer ukubana iphephandaba mhla ka 10 June ziyakhala zikhale kubemnandi."

Umculo kaBhila uyatholakala kuYou Tube, Facebook, Instagram lamanye amakhasi e social media kunye laku ma digital platforms. NgoMgqibelo mhlaka 10 Nhlangula wethula idlalade lakhe elitsha elitshisayo, elithi 'Iphephandaba'.

Musician -Patrick Joel Welcome Manyabi Mpofu
Musician -Patrick Joel Welcome Manyabi Mpofu

"Iphephandaba liyaphuma 10 June ziyakhala zikhale kubemnandi igama ngu Bhila iphephandaba 10June liyaphuma azikhale themba lizalithanda ngithemba lizali enjoyer album elikhuluma labantu, ngiyabonga kakhulu."

Kusasa uPatrial Joel Welcome Manyabi Mpofu uyaphakulela uzulu idlalade lakhe elitsha elitshisayo, nguye phela uBhila ebesilaye kuhlelo Woza Friday.

please wait

No media source currently available

0:00 0:09:50 0:00

Forum

XS
SM
MD
LG