amalinks wokungena

Breaking News

Woza Friday: Liviki Sileqembu Elicula Ingoma Zokholo eleUdonsi Lwama Postoli


Udonsi LwamaPositoli
Udonsi LwamaPositoli

Kuliviki kuhlelo Woza Friday sileqembu lesicathamiya elizibiza Udonsi Lwama Postoli lona licula ingoma zokholo likoBulawayo.

UNqobani Siwela nguye owasungula leliqembu lamalunga akhonza i12th Apostle bahle bazinika igama ngaleli bandla, njalo selilesikhathu labunjwa, uSiwela uyachaza kabanzi ngokubunjwa kwalo.

"Lifonywe mhla ka 19 August ngo 2020 ngesikhathi esinzima selock down loneliqembu sengizule ngazula ngihlutshwa yisipho kumbe ubizo lokucula enhlizweni kodwa ngsyahlangana labafowethu njalo ngahlangana labo beyimuli endaweni eyodwa ePhelandana West hawu umusa ongaka sahle senza iqembu lonaleli elibizwa UDonsi lwabapostoli."

Udonsi LwamaPositoli
Udonsi LwamaPositoli

Umculo wenu lo wamaphimbo amnandi kangaka uthiwa yini, selawucindezela yini umculo wenu Nqobani.

"Umculo wethu thina siwuthi yi accapella its dashed with Imbube and apostolic sounds. Siledlalade elilodwa elilengoma ezingu 8 lithi lona Ukuzisondeza Ebukhoneni. Silama single track futhi amabili elinye langkhona lithi My Africa."

Njengeqembu kukhona yini abalenza laba lentshukuntshu yokuthi licule.

"Silo Mambo Dhuterere, phakathi kwengoma zonke azihlabelileyo ezesiShona ulengoma eyodwa eyeSiNdebele ayithethe enkozweni yakithi. Silo Thulani Manana, uphakamise umculo we Zion wawubeka ezingeni eliphezulu, silo Andrea the vocalist engowenkonzo yakithi sithi thina nathi sikhona ngemva kwakhe sithi siveze umculo wethu ungene ebantwini njengento entsha."

Umculo weUdonsi Lwama Postoli alitshumi lambili usutholakala, baxhase mlaleli lawe ngokuthenga umculo wabo.

"Silazo ezinye zezingoma zethu ku itunes silazo ezinye zezingoma futhi ku Sound cloud noma zingakapheleli. Siyatholakala futhi kulama Social media handles. Sile page lethu ku Facebook Udonsi lwaba postoli, kuyoutube uDonsi lwaba postoli siyatholakala futhi lapho kuTiktok Lwaba postoli udonsi siyatholakala futhi, ngibonge abalaleli."

Udonsi LwamaPositoli
Udonsi LwamaPositoli

Leliqembu uDonsi Lwama Postoli Betshumi Lambili lihlanganisela abadala labantwana, belimelwe ngu Nqobani Siwela yilo ebesilalo kuhlelo Woza Woza Friday.

please wait

No media source currently available

0:00 0:10:49 0:00

Forum

XS
SM
MD
LG