amalinks wokungena

Breaking News

'Inxele LikaSelo' Liphakulula Umculo Womdumo kaMasgandi kuWoza Friday


Musician - Inxele Likaselo
Musician - Inxele Likaselo

Kuliviki kuhlelo Woza Friday silomculi kaMasgandi uEffort LB Tshuma odume ngegama lakhe lomculo elithi Inxele LikaSelo.Yena udabuka eTsholotsho kodwa secula ese South Africa. Inxele Lika Selo sowasuka eZimbabwe esiyazama ukuthuthukisa umculo wakhe. Yinzalo yeTsholotsho.

"Ngizalwa koMalindi eZhwane eTsholotsho.Ngizalwa emdenini wakoPaulos eManxele, ngizalwa nguBaba uSelo khona.Igama lami leqembu li'Nxele likaSelo inje'bomvu.Ukucula ngaqala ngemnyaka yo2017."

Musician - Inxele Likaselo
Musician - Inxele Likaselo

UEffort uyaziphekela umculo wakhe njalo uselamadlalade ambalwa.

"Umculo wami ubizwa kuthi nguMaskandi, uTune engiwudlalayo ngiwubiza ngesinxele, obhala eqenjini yimi uqobo lwami, amaCD leyi ngeyeSine , le engiyithola namhlanje ngeyeSine Msakazi wami, amaUlbum mabili, amaEP mabili."

Inxele LikaSelo lisebenze labanye abaculi abathize kumculo wakhe.

"LoSbare umfokaDube, Sibonga umfokaFakude ,nguShonikanikazi uShoniyengwayo umtakaNgobese abadlala iqhaza elikhulu kakhulu endimeni le 'ngikuyo, noMshikashika umfokaMabaso.Bangigqugquzela ukuze ngicule yidlamuva umfokaMa'Bla, uMfokaNgwenya ozalwa kwelakithi eNyamayendlovu eZiqhokolo."

Musician - Inxele Likaselo
Musician - Inxele Likaselo

Umculo wakhe uyatholakala ebulenjini be Internet.

"Ngiyatholakala Msakazi wami kumaSocial media kuYouTube 'Inxele likaSelo inje'bomvu, kuFacebook page Inxele likaSelo inje'bomvu, kuTiktok ,kuWatsapp 0735 654459.Ngizokwazi ukukuxhumanisa nomuntu oseduze sokuya ngokuthi wenu' funu'kuphi iCD."

Umculo kaMasgandi uthandwa ngabantu abanengi eMzansi, Inxele Lika Selo seliphakathi yilo ebesikwejise lalo kuhlelo Woza Friday.

Forum

XS
SM
MD
LG