amalinks wokungena

Breaking News

Umphathintambo Wezokuthwalwa Kwempahla uBiggie Matiza Kasekho


FILE: UMnu. Joel Biggie Matiza loNkosikazi Monica Mutsvangwa

Umphathintambo wohlangothi lukahulumende olubona ngokuthwalwa kwempahla lokulungisa imigwaqo lokunye, uMnu. Joel Biggie Matiza, kasekho.

Umsakazo weZimbabwe Broadcasting Corporation ubika ukuba uMatiza ubhubhele eSt. Anne’s Hospital ngoLwesihlanu ntambama.

UMnu. Nick Mangwana, obengaphenduli umakhalekhukhwini wakhe, utshele iphephandaba leHerald ukuba kuliqiniso ukuthi uMatiza kasekho.

Akwaziwa akade kumkhathaza emzimbeni.

Ukubhubha kwakhe kuza ngesikhathi kusanda kutshona ezinye iziphathamandla zenhlangothi zikahulumende, ezigoqela uMnu. Sibusiso Moyo loNkosikazi Ellen Gwaradzimba.

Facebook Forum

XS
SM
MD
LG