amalinks wokungena

Breaking News

'Kaxolise uCharamba Ngokuthi uChamisa Ngeke Avunyelwe Ukuthatha Umbuso'


FILE - Opposition leader Nelson Chamisa gestures while addressing a rally of his Movement for Democratic Change (MDC) party in Harare, Zimbabwe, July 11, 2019.
FILE - Opposition leader Nelson Chamisa gestures while addressing a rally of his Movement for Democratic Change (MDC) party in Harare, Zimbabwe, July 11, 2019.

Ibandla leMDC Alliance lithi isikhulumeli sikaMongameli Mnangagwa, uMnu George Charamba, kumele exolise phezu kwamazwi akhe okuthi abalwa impi yenkululeko abasoze bavumele uMnu Nelson Chamisa engena embusweni lanxa engaze enqobe kukhetho.

UCharamba wethule amazwi la enkundleni yeTwitter ngemva kokhetho lwaseZambia lapho umkhokheli webandla eliphikisayo uMnu Hakainde Hichilema anqobe khona uMongameli Edgar Lungu.

Inengi liwasolile kakhulu amazwi kaCharamba.

Umsekeli wesikhulumeli seMDC Alliance uMnu Felix Magalela Mafa Sibanda uthi njengesisebenzi sikahulumende, uCharamba kamelanga akhulume amazwi anje.

please wait

No media source currently available

0:00 0:02:16 0:00

Owalwa impi yenkululeko njalo elilunga leZanu PF uMnu Chris Mutsvangwa utshele iStudio 7 ukuthi ibandla lakhe liyasihlonipha isisekelo sombuso welizwe, sona esithi onqotshwe kukhetho kumele adedele umanqoba.

XS
SM
MD
LG