amalinks wokungena

Breaking News

Woza Friday: Umculi uGhettie Diamond iDayimani Kwezomculo


Umculi uGhettie Diamond

Kuhlelo Woza Friday liviki, silomculi wakoBulawayo uGetron Sibanda ohamba ngegama lokuthi Ghettie Diamond kwezomculo yena ehlabela umdumo awubiza Housekwasa le Afro Pop.

U-Gettie Diamond uzelwe ngomnyaka ka 1997 esiqintini seNsiza, ngezansi yeMandebeleni, wakhulela eDolo khona kanye eNkabazwe lapho aqale khona isikolo semfundo yaphansi njalo wazibona ukuthi ulidayimani lomculo ngokwalo esemncane.

"Ngafunda eShumakanga Primary School, ngahamba esecondary eMandawa High School eZvishavane. After that ngajika ekhaya eDolo because uMama wami ubeseshonile, ngaqala ukuzofunda eChizongo High School.Ma ngiqeda lapho uMaluma'mi wangithatha wangizisa eGoli ngasengiqala ukuyenza umculo lapho from 2014 ngifisa ukuyenz' umculo but ngazoqala ke ukurecorder iAlbum yami yakuqala 2015."

Umculi uGhettie Diamond
Umculi uGhettie Diamond

Usesebinzile uGetron, umculo wakhe uyatholakala emakhasini wonke athengisa imculo.

"NginamaAlbum ayiTwo, lamaSingle Track ayiThree.Ifirst Album yami ngayireleaser ngo2015, yayithiwa "Uziqhenye", yona yayilamaTracks ayiSeven, and then ngazoreleaser iAlbum yesiTwo ngo2017 okwakuthiwa "Qhaphela" nayo yayinamaTracks anguSeven.Makusuka lapho 2018 ngareleaser iSingle Track yeHouse Kwasa ethiwa khona "Kgibuyile" engayicula ngeSetswana."

Ekukhuleni kwakhe ubethanda ukulalela abaculi abalodumo njalo yena uGettie Diamond uyakhuluma indimi ezinengi ezitshiyeneyo.

"Ngikhule ngingumuntu othanda umusic kahle kahle, so mangibona oBrenda Fassie, Beater Mangethe, Slizzer into yakhona yangiqoqozela ukuthi I can, ngingayiyenza nami umusic even ngingumuntu wesifazane. Makusiza emculweni wami ngicula ngolwimi luphi, ngingacula ngesiNdebele, ngingacula ngeSetswana, ngingacula ngesiSuthu,ngingacula even ngeEnglish lonke ulimi nje engizwu'kuthi ngicule ngalo ngifunu'kubhala ngalo ingoma ngiyacula ngalo, ngize ngenze njalo ngiculelu'mhlaba wonke."

Isikhathi silomhawu Madawu phosela ilizwi kubalaleli ungakahambi.

Lento leyi liphupho lami and ngiyafisa ingabe liyafezeka ngicela isupport ebantwini.UngaGoogla nje igama lami Getty Diamond uzothola umusic wami lapho or ungakhona ukungithola ma' ufuna iCD ungangithola kuFacebook nguGetty Diamond ungakhona uku"Like" ipage lami FanP, kuTwitter Getty Diamond.Abafuna ukungibamba kuWhatsApp bangangithola ku0653288720, ngiyabonga.

Namhla besilibazisana lentombazana esakhulayo edabuka eDolo uGettie Diamond kuhlelo lwenu eliluthandayo balaleli lwe Woza Friday. Libe lempelasonto elitshukela.

Facebook Forum

XS
SM
MD
LG