amalinks wokungena

Breaking News

Umculi Olodumo uCal Vin Kasekho


UCal Vin ubhubhele engozini yomgwaqo. (Courtesy Photo: Cal_vin)
UCal Vin ubhubhele engozini yomgwaqo. (Courtesy Photo: Cal_vin)

Umculi obelodumo, uCal Vin, kasekho.

Izihlobo zakhe zithi ubhubhele engozini yomgwaqo emadabukakusa duzane lendlu yangakibo eLuveve.

Iphephandaba leSunday News lithi kayibonakeli okwamanje mota ethuze uCalvin Nhliziyo yamnyathela ngesikhathi evela kubukela umdlalo wekhilikithi eLuveve.

UNkosikazi Sithembile Sibanda, okhulumela umdeni wakhe, uthi bathithibele ngokubhubha kuka Cal Vin, obeleminyaka engamatshumi amathathu lanhlanu – 35.

Ubecula ingoma ezithakazelelwa kakhulu ngabatsha eZimbabwe lakwamanye amazwe.

Umculo wakhe ubizwa ngokuthi yirap.

XS
SM
MD
LG