amalinks wokungena

Breaking News

Woza Friday: Silomculi Wengoma Zokholo uSthandwa


Umculi uSthandwa Ncube-Tigere (Courtesy Photo)

Kuliviki kuhlelo Woza Friday silomculi wengoma zokholo uSthandwa Ncube-Tigere odabuka koBulawayo. USthandwa kulezinsuku ucula ese New York kwele Melika.

USthandwa, ocula ingoma, uthi, "Ngazalelwa koBulawayo ngikhulele eNketa 8,ngafunda eAmaveni Primary School eNkulumane. Ngazofunda eMontrose Girls High lase NUST iJornalism and Media Studies. Ngangicula ebandleni as a praise and worship leader eGled Tidings Fellowship koBulawayo lase Word of Life International Ministries. Langapha eMelika ngiyacula as a praise and worship leader."

Umculi uSthandwa Ncube-Tigere (Courtesy Photo)
Umculi uSthandwa Ncube-Tigere (Courtesy Photo)

USthandwa uqhubeka echasisa isisusa sokungena kwakhe kwezomculo lokuthi kungani egxile kumdumo wezokholo.

"Mina-ke ngaqala ukucula ngileminyaka eyisithupha, ngicula kuSunday School njalo babethanda ukuthi ngimncane nje nginjalo babethanda ukuthi ngicule. Ngilide izingoma zonke nje eziyabe zilidwa. Omakhelwane labazalwane engakhula labo babekholisa ukungizwa ngihlabelela umculo wesontweni nje. Babethanda ukuthi ngiphinde izingoma."

Onguye owamkhuthazayo kakhulu ukuthi acindezele umculo wakhe uSthandwa uthi ngumzawakhe uPreacher Dlamini lomfowabo uJosphat Sibanda ababonga kakhulu ngokumfaka kwezomculo.

Umculi Sthandwa Ncube-Tigere (Courtesy Photo)
Umculi Sthandwa Ncube-Tigere (Courtesy Photo)

"Ngo2011 to 2012 ngangena kuqembu elithwa yiZim Praise elisedolobheni leHarare eZimbabwe. Ngacula ingoma ethi uThando Luka Baba kuSungano Live DVD yabo. Mina-ke ngile album engayi releaser last year ebizwa ithiwe nguSeated on the Throne. I-Album ngayi projuselwa ngumnum'zana weSouth Africa uBheka Mthethwa loErastus Nleya owako Bulawayo."

Kwele Melika uSthandwa uyacula enkonzweni lemidlalweni nxa abantu bemcelile.

USthandwa uthi, "Likhuthazeke lihlale ekholweni noma kungathini, uThixo uhlezi esihlalweni sakhe sobukhosi uyabusa njalo uyasinakelela nje. Simthembe ngokholo kukho konke. Umculo wami uyatholakala in all digital stores kuYouTube, iTunes, Tiktok, Spotify, Amazon, Facebook laku Instagram. Ku-Facebook page lami elithi Sthandwa Ncube Music kuInstagram @Sthandwa Ncube. Ngiyabonga kakhulu iNkosi ilibusise lonke.

Facebook Forum

XS
SM
MD
LG