amalinks wokungena

Breaking News

I-Masvingo Layo Ikhetha uChamisa Ukuthi Ancintise Kusikhundla Sokudinga Umkhokheli kuCongress yeMDC


Nelson Chamisa

Okhethwe ukusekela uMnu. Chamisa ngoMnu. Morgen Komichi loMnu. Welshman Ncube, kwathi uNkosazana Thabitha Khumalo wakhethwa ukuncintisa kusikhundla asiphetheyo esokuba ngumgcinisihlalo walelibandla.

Ibandla leMDC esigabeni seMasvingo lalo selikhethe umkhokheli walelibandla uMnu. Nelson Chamisa ukuthi kube nguye oncintisa kulesi isikhundla njalo emhlanganweni omkhulu we congress yalelibandla ngenyanga ezayo.

Lokhu kwenzakale emhlanganweni oqhutshwe kulesi isigaba ngoLwesibili

Okhethwe ukusekela uMnu. Chamisa ngoMnu. Morgen Komichi loMnu. Welshman Ncube, kwathi uNkosazana Thabitha Khumalo wakhethwa ukuncintisa kusikhundla asiphetheyo esokuba ngumgcinisihlalo walelibandla. .

UMnu. Chamisa ukhethwe kuzo zonke izigaba ezibe lemihlangano efanayo ezibalisa iMatebeleland South, Matebeland North, Midlands, Mashonaland West, Masvingo, Manicaland, eMelika, njalo imbuthano le isaqhubeka.

Isikhulumeli sikaMnu. Chamisa, uMnu. Nkululeko Sibanda, uthi amalungiselelo econgress aqhuba kuhle.

please wait

No media source currently available

0:00 0:02:05 0:00

Facebook Forum

XS
SM
MD
LG