amalinks wokungena

Breaking News

WFP: Sidinga iUS$130 Million Ngokuphuthuma Ukuze Siphathise Abalambayo eZimbabwe Ngokudla


Villagers collect their monthly food ration provided by the United Nations World Food Program (WFP) in Masvingo, Zimbabwe, Jan. 25, 2016.
Villagers collect their monthly food ration provided by the United Nations World Food Program (WFP) in Masvingo, Zimbabwe, Jan. 25, 2016.

Inhlanganiso ephathisa abalambayo ngokudla emhlabeni jikelele, iWorld Food Program (WFP), ngoLwesithathu yethule isicelo seUS$130 million yokudingela uzulu weZimbabwe ukudla ngesiphangiphangi.

I-WFP ithi inani labantu abadinga ukudla ngokuphuthuma elizweni khathesi selifike ku4.3 million. Ngesikhathi sinye nyakenye lelinani laliku3.8 million.

Inhlanganiso le ithi abazadinga usizo lokudla lonyaka lokhe befika kuzigidi phose eziyisitshiyangalombili, 7.7 million.

Kodwa ithi okwamanje iphatheke kubi ngabayi4.3 million laba ngoba bedinga usizo oluphuthumayo.

IWFP ithi umkhuhlane weCoronavirus usubangele ukuthi indlala ihlasele ngamandla.

Amazwi la agcizelewe yisiphathamandla senhlanganiso emela abathengi, iNational Consumer Rights Association (NACORA), uMnu Effie Dlela Ncube, yena othi ngempela indlala ibhahile lonyaka.

please wait

No media source currently available

0:00 0:02:03 0:00

XS
SM
MD
LG