amalinks wokungena

Breaking News

Odokotela Bamehlo Basiza Abantu eVictoria Falls Lakwezinye Indawo Ngaphandle Kwembadalo


FILE - A technician scans the eye of a woman with a smartphone application, in Kianjokoma village, near Kenya's lakeside town of Naivasha, Aug. 28, 2013.
FILE - A technician scans the eye of a woman with a smartphone application, in Kianjokoma village, near Kenya's lakeside town of Naivasha, Aug. 28, 2013.

WASHINGTON DC - Ugatsha olubona ngokuphathisa abantu abangaboniyo, olweZimbabwe Council for the Blind, luphakathi kokuqhuba inhlelo zokuhlola labo ababulawa ngamehlo ngaphandle kwembadalo.

Lolugatsha lunxusa abantu ababulawa ngamehlo kumbe ababona buvilibana ukuthi baye lapho odokotela balo abelaphela khona endaweni ezifana leVictoria Falls, eNyanga, eManicaland lakwenzinye indawo ezitshiyeneyo eMasvingo.

EVictoria Falls uhlelo lolu luqale mhlaka 13 kulinyanga njalo lugqitshwa mhlaka 17. I-Zimbabwe Council for the Blind ithi banengi abaya esibhedlela seVictoria Falls Hospital, lapho okulabodokotela bayo, ukuyadinga usizo.

Umgcinisihlalo wenhlanganiso yezakhamizi kulelidolobho, eyeVictoria Falls Residents Association, uMnu Kelvin Moyo, utshele iStudio 7 ukuthi bayathokoza kakhulu ngaloluhlelo.

"Kuyinto enhle, ikhisimusi iza kanye ngomnyaka," kutsho uMnu Moyo.

"Sithi izakhamizi ezihlutshwa ngamehlo azihambe ziyedinga usizo, akumelanga kube labantu ababa lohlupho lwamehlo isikhathi sabo singakakwani.

"Uhlelo lolu silwamukele ngezandla zombili. Luyanceda kakhulu nanku akulamali ebhadalwayo," uqhubeke esitsho uMnu Moyo.

please wait

No media source currently available

0:00 0:02:15 0:00
XS
SM
MD
LG