Baphuma kweleZimbabwe balubhekise eMzansi ngenxa yokuswelakala kwemisebenzi abasakhulayo beZimbabwe, abanye bafika basebenze kuhle, abanye babeyizigebengu kuthi abanye bahle bathathe amathuba bathuthukise iziphiwo zabo. Ijaha leli alifikanga emzansi ladlala lahle langena eStudio, siyakwamukela kuhlelo
"Salibonani balaleli, igama lami nginguCollin Mgqibelo, elokucula igama nguGoomgash. Ngizalelwe eSouth Africa eMpumalanga kodwa inkaba yami iseZimbabwe la engikhulele khona, ngafunda khona kwaBulawayo, ngafunda eMafakela izifundo zePrimary ngabuya ngafunda eLuveve High School la engenze khona iSecondary".
Indaba zomculo zaqala njani ke Goomgash
"Ukuqala kwami ukuhlabela ngiqale ngisagida ispansula siliqembu labangane eLuveve 5. Ngazodlodlobala sengikhona ukubhala ezami izingoma, ma ngiqeda isikolo ngo2003 ngasuka ngabuya kweleGoli ukuzodlodlobala kangcono ngezomculo. Kula engihlanhane loMauzah owe Achuzi wangincedisa ke ukwenza umculo wami engiwenza njengamanje".
UGoomgash kunjenje usestudio ucindezela idlalade lakhe elitsha..Ungakahambi tshela abalaleli bangawuthola nga umculo wakho?
"Ngiledlalade engilenzayo njengamanje elingakapheli uSwidi Lami noSandla semfene. Ngisebenze loMauzah loSisi uNani Ntengo, liyatholakala kudata file host, kuma digital platforms afana labo google play nabo Itunes. Mina ngitholakala kufacebook as uGoomgash Gazman, ngibuye ngitholakale kuInstagram at Goomgash, ngibuye ngitholakale kutwitter at Goomgash".
Besikuhlelo Woza Friday silejaha laseZimbabwe elicula umdumo weKwaito lise Goli, uCollin Mgqibelo owazakala ngokuthi nguGoomgash. Ngumgibelo phela kusasa yeka sivala uhlelo lwethu ngaye uMgqibelo sithi gooooooom gash, mpelaviki emnandi kini lonke balaleli.