amalinks wokungena

Breaking News

UMnangagwa Uthi Ababulala Abezomvikela Bazajeziswa Kabuhlungu


FILE - Zimbabwean President Emmerson Mnangagwa addresses mourners at the burial of Zimbabwean minister Perence Shiri, who died of Covid-19, during his burial in Harare, July, 31, 2020.
FILE - Zimbabwean President Emmerson Mnangagwa addresses mourners at the burial of Zimbabwean minister Perence Shiri, who died of Covid-19, during his burial in Harare, July, 31, 2020.

UMongameli Emmerson Mnangagwa usechothoze ukubulawa kwesotsha eChivhu ngempelaviki, wathi abantu abenza ubudlwangudlwangu obunje kufanele bejeziswe kabuhlungu.

Abantu ababili babikwa bengene enkambeni yamapholisa eChivhu, badubula babulala uMnu. Lorance Mupunganyama, njalo balimaza uMnu. Peter Zvirevo, yena olokhe esesibhedlela.

Wethekelelwe ngumsekeli kaMongameli uMnu. Constantino Chiwenga kuthange.

UMongameli Mnangagwa uphinde wancoma umphakathi weChivhu ngokuphathisa abalimalayo lokubasa esibhedlela.

Amapholisa athi amanyana lamasotsha abadinga aze abathola egangeni ngeSonto lapho okubikwa kwadutshulwana, ababili laba bafa, kwathi uMnu, Stanalious Chiunyesunyeeli ilunga lebutho lalimala.

Ukuhlaziya loludaba, uSithandekile Mhlanga weStudio 7 uxoxe loMnu. Bekezela Maduma Fuzwayo, ingcwethi ecubungula ezombusazwe.

please wait

No media source currently available

0:00 0:02:38 0:00

XS
SM
MD
LG