amalinks wokungena

Breaking News

Woza Friday: Liviki Silomculi uMcebisi Chauke


Umculi womdumo werhumba uMcebisi Chauke
Umculi womdumo werhumba uMcebisi Chauke

Umculi uMcebisi Chauke udabuka eKezi eMatobo njalo uqale ezomculo ngomnyaka ka2013. Yenake leqembu lakhe elizibiza ngokuthi 'Amathonga Amahle' uselamadlalade amathathu wonke adla ubhedu.

Linsizwa kayizange iphoziseke amaseko, ngo 2016 yahle yakhihliza leli elithi Mangibhekubaba kwesekusiza uKwazibani featuring Sfunda koJipita ngo 2017.

Ngingathi yikuzimisela kakhulu lokuhlonipha abalandeli. Uthi ma wenza into yakho wenze into eright ezothandwa ngabantu elalelekayo futhi umzali, lomntwana wonke umuntu ayilalele ezwe ukuthi itshoni.

Lelike elesithathu elithi Sgqugquzela inhlanzeko lidle ubhedu lagcwala kwabanengi kakhulu. Yilo futhi elibe lengoma edlise osowabo imbuya ngoluthi.

"Ingoma ebeyinkinga kakhulu yile ekuTrack number 1 ethi Ngibotshiwe ngisejele njengoba liyizwa kubackground yami. Yingoma ekhale kakhulu iZimbabwe yonkana. Ikhale kakhulu lengoma. Bayithanda kakhulu abantu".

Akayedwake uMcebisi kulo umsebenzi. Abanye asebenza labo bagoqela u Emanuel Chauke, Hopeman Ncube, Bright Chauke, Nkosikhona Ngwabi, Nosinathi Moyo, Ntandoyakhe Ncube loTinashe. UMcebisi uthi ikusasa lakhe likhanya bha, okwesibhakabhaka.

"Ngifuna ukuyafika kude lapho okufika abanye. Manjenje njengoba sisasebatsha endimeni siyalimala kwesinye isikhathi ngoba sisuka singabhekeki kahle kwabanye, like abalandeli uyabona.basuka babheke laba abadala ikanti labo abadala baqala bengabancane. Manjeke nabo sebebadala. Lathi njengoba singabancane sizaba badala"

UMcebisi uthi kwabathanda umculo wakhe abathintane laye egameni lakhe kufacebook bazitholele ukudla kwendlebe lokhu.

please wait

No media source currently available

0:00 0:04:51 0:00
XS
SM
MD
LG