amalinks wokungena

Breaking News

IBulawayo Ikhetha UMnu. Welshman Ncube Ukuthi Akhokhele Icele Leli leMDC


Isabelo sakoBulawayo secele leMDC elikhokhelwa nguMnu. Arthur Mutambara sibikwa sesikhethe unobhala jikelele walelibandla, uMnu. Welshman Ncube, ukuthi akhokhele lelibandla. Lokhu kubikwa kuphume emhlanganweni walelibandla owenzelwe koBulawayo ngeSonto. Lumhlangano wenziwe ngenjongo yokuhlaziya okusebandleni leli phambilini komhlangano omkhulu wokukhetha inkokheli, oweCongress, okhangelelwe ukwenziwa ekuqaleni komnyaka ozayo.

Obikwa ekhethwe yisabelo sakoBulawayo kunye lezinye ezimbalwa, ukuba ngumsekeli kaNcube, nguMnu. Edwin Mushoriwa oyisikhulumeli salelibandla. Isikhulumeli salelibandla koBulawayo, uMnu. Edwin Ndlovu utshele iStudio 7 ukuthi igama elalowo okhethiweyo ukuthi abengumkhokheli lizavezwa ngokuya kwesikhathi.

‚Äč
XS
SM
MD
LG